SlidePub
Home
Categories
Login
Register
Home
Technology
Umlando kaMufi. IsiZulu Ulimi Lwebele...
Umlando kaMufi. IsiZulu Ulimi Lwebele...
NokwandaNzuza2
0 views
7 slides
Oct 16, 2025
Slide
1
of 7
Previous
Next
1
2
3
4
5
6
7
About This Presentation
Umlando KaMufi
Size:
211.33 KB
Language:
en
Added:
Oct 16, 2025
Slides:
7 pages
Slide Content
Slide 1
Umlando kaMufi
Slide 2
ImiphumelaYesifundo
Ukubhala
amalungiselelo
ngendlela efanele.
Abafundi balindeleke
ukuba bekwazi
ukuchaza ukuthi
umlando kamufi
uyini.
Kubaluleke ngani
ukufundwa
komlando kamufi.
Ukubhala umlando
kamufi ngendlela
elindelekile.
Slide 3
Siwabhala kanjani
amalungiselelo?
•Amalungiselelo siwabhala ekhasini lawo wodwa ngaphambi kokuba sibhale umlando kamufi.
•Uma sibhala amalungiselelo siqala ngesihloko, okungamagama kamufi aphelele ongasekho emhlabeni, Kuba
sesingenisweni.
•Emzimbeni kulapho sihlukanisa khona ngezigaba. Esokuqala sichaza amagama kamufi aphelele, indawo azalelwe
kuyona, abazali bakhe, makuvezwe ukuthi basaphila noma cha kanye nosuku adlule ngalo emhlabeni.
•Esigabeni sesibili, sibheka izikole afunde kuzona.
•Esigabeni sesithathu, sesibheka iqhaza alibambile emphakathini,izindawo asebenze kuzona, iqhaza lakhe
ekuthuthukiseni umndeni noma umphakathi.
•Isigaba sesine kulapho sesichza isizathu sokudlula emhlabeni, abantu abashiyile emhlabani.
•Isiphetho, kuba isivaleliso.
•Okubalulekile kunakho konke ukuthi uma sesiqedile ukuwabhala amalungiselelo siyawadwebele ngaphezulu
ukutshengisa ukuthi acishiwe.
Slide 4
Isibonelesamalungiselelo
Isihloko/isingeniso
UmlandokaThembaThuthukaniMncwango ongasekhoemhlabeni.
Umzimba/isigaba1
•Amagamaakheaphelele.
•Indawoazalelwekuyona.
•Amagamaabazalibakhe.
•Usukuadlulengaloemhlabeni.
Isigaba2
•Izikoleafundekuzona
Slide 5
Kuyaqhutsha…….
Isigaba3
•Iqhazaalibambileemphakathini
•Indawoasebenzekuyona
•Iqhazaalibambileukuthuthukisaumndeni.
Isigaba4
•Isizathuzokudlulaemhlabeni.
•Abantuabashiyile.
Isiphetho/isivaleliso
•Siyamthakazela
•Amazwienduduzo
Slide 6
Yini
umlando
kamufi?
•Umlando kamufi ungachazwa kuthiwe
kusuke kuyindatsha emfishane kakhulu
echaza kabanzi ngomufi. Lapho kusuke
kwendlalwa ngokubeka amazwi, impilo
yakhe, izinto azenzile, izinto azishiye
ngemumva kanye nabalo abashiyile
ngemumva.
•Kuphinde kuvezwe nesizathu sokudlula
emhlabeni. Lokhu kuthatha isikhathi
esincane esilinganiswelwe emizuzwini
emihlanu kuphela.
•Lo ngumbhalo ongemude kakhulu
ololonga abafundi bakwazi
ukuziqambela nokucabanga kabanzi.
Slide 7
Isibonelo
Somlando
kamufi
Umlando kaThemba Thuthukani Mncwango Ongasekho
uThemba Thuthukani Mncwango wazalwa mhla zingama 20
kuNhlolanja 1998 eMpangeni. Uyindodana kaMusa Mncwango
noThandazile Mhlongo abangasekho emhlabeni. Udlule emhlabeni
mhla zi 05 Mandulo 2025.
Umufi waqala imfundo yakhe yamabanga aphansi eNqoleni
Primary School emva kokuphasa ibanga lesihlanu wabe eseya
Empangeni High ukuyokwenza izifundo zamabanga aphakathi.
Ube eseqhuba izifundo zakhe zobudokotela eNyuvesi YakwaZulu-
Natal kulapho ahlomule khona ngejazi lokuqala.
Umufi ubambe iqhaza elikhulu emphakathini ngokulekelela intsha
ilwe nezifo esezikhona ngokubanikeza ulwazi nezindlela zokuthi
bavikeleke. Udlule emhlabeni esebenza eSiyanqoba Hospital.
Udlule ngokukhulu ukuzuma engozini yemoto. Ushiye emhlabeni
inkosikazi yakhe, amadodana akhe amabili kanye nendodakazi.
LALA NGOKUTHULA MNCWANGO!!
UNKULUNKULU UPHILE, UNKULUNKULU UTHATHILE.
Tags
Categories
Technology
Download
Download Slideshow
Get the original presentation file
Quick Actions
Embed
Share
Save
Print
Full
Report
Statistics
Views
0
Slides
7
Favorites
3
Age
65 days
Related Slideshows
11
8-top-ai-courses-for-customer-support-representatives-in-2025.pptx
JeroenErne2
85 views
10
7-essential-ai-courses-for-call-center-supervisors-in-2025.pptx
JeroenErne2
78 views
13
25-essential-ai-courses-for-user-support-specialists-in-2025.pptx
JeroenErne2
76 views
11
8-essential-ai-courses-for-insurance-customer-service-representatives-in-2025.pptx
JeroenErne2
62 views
21
Know for Certain
DaveSinNM
36 views
17
PPT OPD LES 3ertt4t4tqqqe23e3e3rq2qq232.pptx
novasedanayoga46
41 views
View More in This Category
Embed Slideshow
Dimensions
Width (px)
Height (px)
Start Page
Which slide to start from (1-7)
Options
Auto-play slides
Show controls
Embed Code
Copy Code
Share Slideshow
Share on Social Media
Share on Facebook
Share on Twitter
Share on LinkedIn
Share via Email
Or copy link
Copy
Report Content
Reason for reporting
*
Select a reason...
Inappropriate content
Copyright violation
Spam or misleading
Offensive or hateful
Privacy violation
Other
Slide number
Leave blank if it applies to the entire slideshow
Additional details
*
Help us understand the problem better