ISIFUNJWANA AMASLIDES Grade 10 content.pptx

masindi0906 50 views 12 slides Sep 14, 2024
Slide 1
Slide 1 of 12
Slide 1
1
Slide 2
2
Slide 3
3
Slide 4
4
Slide 5
5
Slide 6
6
Slide 7
7
Slide 8
8
Slide 9
9
Slide 10
10
Slide 11
11
Slide 12
12

About This Presentation

Lawa amaslides akhuluma ngenkulumo elungiselelwe ikhono elitholakala ngaphansi kokulalela nokukhuluma.


Slide Content

Inkulumo Elungiselelwe Ibanga 10 Gumede st 220072035

Imiphumela yesifundo U ma kuphela lesi sifundo kulindeleke ukuba wazi lokhu : U kuchaza ukuthi iyini inkulumo elungiselelwe . Ukuhlaziya amalungiselelo enkulumo elungiselelwe . Ukudingisa okungase kwenzeke uma isikhulumi singazilungisele .

Ake sibheke lapha … https://youtu.be/4am4BwhEtIs?si=30E930D_Ox_zyXDQ https://youtu.be/B8RGbyiiHFM?si=WbXfg71LuozPqlBp

Yini inkulumo elungiselelwe ? Inkulumo elungiselelwe yilapha umuntu enikezwa noma azikhethele khona isihloko esithile , alungise inkulumo azoyethula ngaso ngosuku oluthile , endaweni ethile phambi kwezithameli . NB: Kubalulekile ukuba inkulumo ezokwethulwa ihambisane nomcimbi ezokwethulwa kuwo .

Amalungiselelo enkulumo engalungiselelwe Ukuhlela Hlaziya isihloko ukuze usiqonde kanje . Bhala amaphuzu asemqoka . Hlela amaphuzu akho ngokulandelana .

2. Ukuzilolonga Q inisekisa ukuba uyazilolonga phambi kokuba wethule inkulumo ukuze ugweme amaphutha . Funda ngokuyiqondisisa inkulumo yakho . Bhala amaphuzu akho emakhadini amancane ukuze uzikhumbuze inkulumo yakho .

Ake sixoxe … Ucabanga ukuthi yini engase ikwehlele uma ungazilolonganga ngokwanele ?

3. Ukwethula Y azi ukuthi inkulumo yakho kumele uyethule isikhathi esingakanani ukuze ungeluli futhi ungabi mfishane kakhulu . Hlukanisa inkulumo yakho ngokwezigaba ezintathu : Isingeniso , umzimba nesiphetho .

Isingeniso U kubingelela . Z ichaze ukuba ukungubani futhi uzokwenzani . B onga ithuba onikwe lona lokwethula inkulumo .

Umzimba Ukwethula inkulumo . Akube nobudlelwano phakathi kwesihloko sakho nendikimba yenkulumo . Yethula amaphuzu akho ngokulandelana ungavaxovi . Yiba nokuzethemba . B heka ngakwizethameli . S ebenzisa ilimi olufanele .

Isiphetho Phetha inkulumo yakho ngendlela efanelekile . Shiya isifundo noma isiyalo . Ungasebenzisa izimo sokukhuluma njengezaga nezisho . Bonga ithuba futhi .

Imibuzo ?
Tags