SlidePub
Home
Categories
Login
Register
Home
General
IsiZulu ibanga 8 isikhangisi.grade 10-12
IsiZulu ibanga 8 isikhangisi.grade 10-12
rebafuze25
7 views
3 slides
Oct 24, 2025
Slide
1
of 3
Previous
Next
1
2
3
About This Presentation
IsiZulu Lessons
Size:
17.37 KB
Language:
en
Added:
Oct 24, 2025
Slides:
3 pages
Slide Content
Slide 1
LUYANDA SHABANGU
221112669
GRADE 8
ISIZULU
Who
Nginguthisha wesiZulu ofundisa eskoleni iMzinoni Secondary School. Ngifundisa ibanga le 8 , nginabafundi
abanga 50 lapho amantombazane anenani elinga 25 Kanti abafana banenani le 23. Abafundi bakhuluma
IsiZulu Kanti IsiZulu Sabo asicacile Kahle. Abafundi bangamaKhrestu kanti Futhi baphuma emakhaya
angasokoli kangako ngakwezomnotho. Akekho umfundi okhubazekile kanti kunalowo obukeka
ephazamisekile njengoba abanye abafundi bemucwasa ngokomzimba lokhu kumphazamisa kakhulu umfundi
njengoba engakhulumi ekilasini Uma abanye abantwana bekhuluma.
What for
INHLOSO YESIFUNDO
Inhloso yesifundo ukufundisa abafundi
-Ngesikhangisi
-Ukuthuthukisa ikhono losomabhizinisi lokuheha abathengi
-Ukuthuthukisa ulimi olunothile Futhi olumtoti ukuze kuheheke abathengi
OKUPHELENI KWESIFUNDO
Ekupheleni kwesifundo abafundi kumele bakwazi uku-
-Hlaziya isikhangisi
-Bazazi izimpawu ezibalulekile zesikhangisi
-Bakwazi ukuzibhalela esabo isikhangisi basebenzise amasu esikhangisi
When
Isifundo sizoba emvakwekhefu kuzoba isifundo sesithathu emvakwekhefu. Lesi yisikhathi esibekelwe ukuthi
isifundo senzeke ngaso.
Where
Isifundo sizoba ekilasini lebanga le8. Isikole sisendaweni yaselokishini laseBethal ukuyiMzinoni singapahansi
kwe Gert Sibande district. Isikole sethiwe ngegama lelokishi iMzinoni. Abafundi bahlala ngababili etafuleni
ngalinye.
What
ULWAZI LWABAFUNDI
Abafundi bazokwethula abakwaziyo ngesikhangisi
AMAKHONO
-Ikhono lokuchaza kumfundi
-Ikhono lokuhlaziya kumfundi
-Ikhono lokuheha
Slide 2
UKUZIPHATHA KWABAFUNDI
-Abafundi balindeleke ukuba bahloniphe Futhi bahloniphane
-Kumele bangasimoshi isikhathi ngokubanga umsindo
OKUZOFUNDISWA
-Isikhangisi
-Izimpawu zesikhangisi
-Ulimi lwesikhangisi
-Izinhlobo zesikhangisi
IMIBUZO ENGAVELE
-Siyini isikhangisi
-Lunjani ulimi lwesikhangisi
-Sibhekiswe kobani isikhangisi
How
Ngizosebenzisa incwadi yomfundi yebanga 8 “ IsiZulu soqobo” lapho kukhulunywa khona ngesikhangisi
Kanye nezinhlobo zazo
UKUMEMA ABAFUNDI
Okulindeleke kuthisha
-Ukubingelela abafundi
-Ukwethula isifundo sosuku
-Ukubuza umibuzo elula
Okulindeleke kubafundi
-Ukulalela
-Baphendule umibuzo
OKUZOSETSHENZISWA
Incwadi yomfundi
Isikhangisi
UKUHEHA ABAFUNDI
Umsebenzi kathisha
Ukubuza umibuzo enjengalena
-Ifonti yesikhangisi ibanjani
-Yikuphi okumele kuvele kakhulu Uma kukhangiswa
-Sisibona kanjani isikhangisi
-Sehluke kangakanani kunekhathuni Kanye nesaziso
Umsebenzi wabafundi
-Ukuphendula umibuzo
-Ukubuza umibuzo
-Ukufaka imibono yabo
Slide 3
ISIKHATHI
30-40 imizuzu
UKUBUYEKEZA
-Isifundo sanamuhla besingesikhangisi
-Izimpawu zesikhangisi
-Okusemqoka okumele kuvele kakhulu kusikhangisi
-Ukunika abafundi ithuba lokusho lokhu abakufundile
ISIKHATHI
4-6 imizuzu
Tags
isizulu
Categories
General
Download
Download Slideshow
Get the original presentation file
Quick Actions
Embed
Share
Save
Print
Full
Report
Statistics
Views
7
Slides
3
Age
58 days
Related Slideshows
22
Pray For The Peace Of Jerusalem and You Will Prosper
RodolfoMoralesMarcuc
45 views
26
Don_t_Waste_Your_Life_God.....powerpoint
chalobrido8
47 views
31
VILLASUR_FACTORS_TO_CONSIDER_IN_PLATING_SALAD_10-13.pdf
JaiJai148317
42 views
14
Fertility awareness methods for women in the society
Isaiah47
40 views
35
Chapter 5 Arithmetic Functions Computer Organisation and Architecture
RitikSharma297999
38 views
5
syakira bhasa inggris (1) (1).pptx.......
ourcommunity56
41 views
View More in This Category
Embed Slideshow
Dimensions
Width (px)
Height (px)
Start Page
Which slide to start from (1-3)
Options
Auto-play slides
Show controls
Embed Code
Copy Code
Share Slideshow
Share on Social Media
Share on Facebook
Share on Twitter
Share on LinkedIn
Share via Email
Or copy link
Copy
Report Content
Reason for reporting
*
Select a reason...
Inappropriate content
Copyright violation
Spam or misleading
Offensive or hateful
Privacy violation
Other
Slide number
Leave blank if it applies to the entire slideshow
Additional details
*
Help us understand the problem better